Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Uthi Bewazi
ISO lenyoni litshe elikhulu ngaphezu komqondo walo. UKUFAKA ushukela lapho usikeke khona kwenza usheshe uphole ekulimaleni. USUKU lwango-Ephreli 11, 1954, yilona olwahlonzwa ngokuthi lwanenga abantu emhlabeni jikelele. IZINKANYEZI zimbalwa kakhulu um
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
OweKhuphuka Uthi Akukho Okuphambene Ngokuwina Imoto Kwenduna Yabalandeli
YIZE izinduna zabalandeli bomculo kamaskandi beziyingxenye yokuhlela umcimbi iKhuphuka Nezakho Maskandi Festival, umhleli wawo uthi akukho okuphambene nomthetho ngokuwina imoto ebivotelwa kwenduna yabalandeli bakaKhuzani, uMvumeleni ‘Rank Manager’ Zw
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
IMaritzburg Isalokhu Isezembeni Phezu Kokushaya IStellenbosch
I-MARITZBURG United isiwadinga ephelele amaphuzu emdlalweni wayo wokugcina wesizini neMamelodi Sundowns ngoLwesibili, ukuze ivike ukugawulwa yizembe kwiDStv Premiership. IMaritzburg elwa impi enzima yokubalekela izembe ibuyise ithemba kubalandeli bay
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Usevuke Ngosomatekisi?
KUDELA owaziyo ukuthi umsakazi weGagasi FM, uPenny Ntuli, uhlanganiswa yini nosomatekisi. Ngempelasonto eyedlule ngimbhadame engasaphangi erenki yamatekisi yaseDalton, eThekwini. Ubeqhethe kwenye yamatekisi. Angazanga noma eyakhe noma eyesoka lakhe.
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Uzenzile Akakhalelwa
ISIZULU sithi uzenzile akakhalelwa kodwa kukhalelwa uzumekile. Siphinde sithi ohlab’ eyakhe akanqatshelwa. Siqhubeke sithi utshani obulele buvuswa ngomlilo; isalakutshelwa sibona ngomopho. Ngifikelwe yilezi zaga ngesikhathi ngibona bandla uNonku Wil
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Umculi Usinde Ehlaselwa Abebeduna Imoto Eyonandisa
USINDE ehlaselwa yizigebengu umculi wokholo okuthiwa ubesemcimbini abeqashelwe ukunandisa kuwo ngoLwesihlanu ebusuku. UMxolisi Mbethe wodumo lwengoma ethi Angisoze Ngahlukana kuthiwa uhlaselwe ngamadoda amathathu eduze kwesonto iValley of Praise Chr
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Ifeze Iphupho Likayise Iphothula Ukufunda IMeya
UTHI wayefuna ukufeza iphupho likayise ngokuzimisela ngokufunda, uMnuz Xolani Ngwezi (40) onguSihlalo wezeziMali nowesigungu esiphezulu eMhlathuze. UNgwezi oyimeya ye-IFP, eMhlathuze uthe uyise wadela ngisho umsebenzi wabuya wazohlala ekhaya ngoba ef
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
UChaine Wamukela Inselelo KaButhelezi KwiBucs
UYAYAMUKELA inselelo unozinti we-Orlando Pirates, uSipho Chaine, eza noMelusi Buthelezi ezintini zeqembu ngesizini ezayo. UButhelezi (25), unozinti weTS Galaxy neBafana Bafana, usanda kuvumelana nePirates ngenkontileka yeminyaka emithathu. UChaine (2
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Kulindeleke UZandie Kwelokubulawa KukaMeyiwa
Isolezwe ngeSonto, lithole ngomthombo walo owazi uhlu lofakazi nokulandelana kwabo ukuthi uZandie uyena ongena ebhokisini lofakazi kusasa. Ebufakazini osebethulwe enkantolo, kuvela ukuthi uZandie ungomunye wababekhona ngelanga lesigameko sokufa kukaS
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Umlingisi Ubalisa Ngokugilwa Nguyise Wengane
UMLINGISI owaziwa ngokubonakala kwiSibaya neSithembiso, uPuleng Nomvula Ndlovu, uchaza ngembangela yokunquma ukuthi angaphinde azale. Uthe uma umuntu wesilisa efuna ingane, umuntu wesifazane kufanele abaleke ngazo zombili ngoba usuke efuna ukumgila.
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
IPirates Iyeke Ithuba Lokuqeda Umjaho WeCaf
Amagoli ashaywe nguTerrence Dzvukamanja, no-Edwin Gymah ngomzuzu ka-31 noka-38 ngokwehlukana. Ibimelwe wukunqoba umdlalo ukuze iqede ukuqagela ukuthi ngubani ozongena endaweni yesibili emuva kweSundowns, eqede ngesicoco seligi kusasele imidlalo eyisi
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Ningabakhohlwa Omama Benu Abanikhulisa Kunzima
MHLELI: Namuhla ngusuku olukhulu lapho kuqhakanjiswa igalelo lomama emhlabeni wonke. Sibonga uthando, isineke nokuzidela kwabo ukuze kuphile izingane zabo kwande isizwe. Ngiyazibuza ukuthi kulezi zinsuku zanamuhla bangaki omama abangenza njengonina k
Isolezwe nGesonto Sunday3 min read
Siyashaqisa Isinqumo SikaGordhan Ngogesi Ezibhedlela
KUBE yisenzo esimangazayo uma uNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni, uMnuz Pravin Gordhan, edlulisa isinqumo senkantolo ethe ugesi akufanele ucishwe ezibhedlela, ezikoleni nakwezinye izikhungo ezenza umsebezni obucayi. Izwe libhekene nenkiyankiya um
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Ziwushaya Nini?
ASIBONGELE uNgizwe Mchunu ngokuvuka ngentokazi yangaphesheya kweNciba, u-Asanda Tiwani. Wenza kahle uMacingwane ashele ngaphandle kwesifundazwe ngoba thina lapha eKZN siyasazi isimo sakhe. Watshela uKhuzani ukuthi kungani engeke esayithola ingane enc
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Ibhodi Lezilimi Lixazulula Eyombhalo Emalini Entsha
I-PAN South African Language Board (PanSALB), okuyibhodi elibhekelele izilimi ezisetshenziswayo ezweni, lithi umbhalo ngolimi iXitsonga osemalini entsha yiwona oshaya emhlolweni, omdala owawubheda. I-South African Reserve Bank (SARB) isanda kumemez
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Kwethulwa Umcimbi Ogqugquzela Uthando
Inhloso yawo ukugqugquzela uthando futhi kuhlelwe ukuthi kunandise abagxile emculweni opholile kwiMetro FM, nabasebenzela Ukhozi FM. Phakathi kwabazobe benandisa kubalwa uMsizi Shembe, Sentle Lehoko beMetro FM, Linda Mr OG weVuma FM, uDJ Muntu, DJ Ml
Isolezwe nGesonto Sunday2 min read
Silindele Ukuthi Ziphenywe Kabanzi Izinsolo Zenkohlakalo E-Eskom
MHLELI: Izwe lembeswa ubumnyam emini, nasebusuku ngenxa yokucishwa kukagesi ezweni. Empeleni kwaqala eminyakeni engaphezulu kwewu-15. Kepha sabanethemba uma abaholi bezwe bememeza phezu kwamagquma nezintaba, bethi isimo sizoba ngcono. Ngesinye isikha
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
‘Uzoba Nengcindezi Ozovala EsikaMkhwebane’
UNGOTI kwezomthetho uMnuz Mpumelelo Zikalala, uthi okwehlele uMvikeli woMphakathi u-Advocate Busisiwe Mkhwebane osephuma, kuzodala ingcindezi kozovala isikhala sakhe. UZikalala uphawula kanjena nje, maduze iPhalamende lizoqala umsebenzi wokuqasha u
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
UNyazilwezulu Nezinhlelo ‘Zokufudukela’ ENtabazwe
KUBIKWA ukuthi uNyazilwezulu namaNazaretha angaphansi kwalo bafudukela eNtabazwe, eHarrismith, okuzoba yikomkhulu lebandla. Lokhu kuza ngemva kwezindaba zokuthi ludilize wonke amadokodo aseBuhleni, okungacaci noma asazovuselelwa yini. Isimo secala lo
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Akanandaba Nokugxekwa Ngakwenze KwiRhod
UTHI akakugqizi qakala ukugxekwa ngabantu ezinkundleni zokuxhumana ngokuziphatha kwakhe kwiThe Real housewives of Durban Reunion, uSanelisiwe ‘Sanesh’ Bhengu. USanesh ubephendula angakubuziwe futhi waxolisa ngokuphoxa uLondie London kodwa wathi lokho
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
I-ANC Nomyalelo Wokususa Ikhansela Elihola Lisejele
KULINDELEKE ukuthi likhishwe ekupheleni kwenyanga esikhundleni salo ikhansela le-ANC kuwadi 101 eThekwini, uMnuz Mzimuni Ngiba, elihola lisejele. UNgiba uboshwe ngoMeyi wonyaka odlule wathweswa icala lokufa kukaMnuz Siyabonga Mkhize owayengenele ubu
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Lize Lingaxhoshwa Libhekile Mdonso
AKOBE niyabuka njalo baphathi boKhozi FM ukuthi abasebenzi benu babuye benzeni. Bathi "Siyagruva Akekh' ugogo." Noma ngabe izinto ziyefana uMdonso Ngcobo nomculi kamaskandi, uNelisani "Ndlemnyama" Mseleku. Umzala waleyondoda. Bese nithi uQeks uyasi
Isolezwe nGesonto Sunday2 min read
Uyagonyuluka Obezitika Ngocansi Nomfundisi
OBENGUMSAKAZI wesiteshi samakholwa esizinze ePinetown, iMbokodo FM 98.6 usola umfundisi webandla labasindisiwe, iSibusisiwe Christ Tarbenacle, uSenzo Myeni, ngokuzitika ngocansi naye maqede wamlaxazisa okwamafinyila. UNksz Londiwe "Mama G" Gumede (32
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
UHunt Uphupha Ngokuphonsela ISundowns Inselelo
UMQEQESHI weSuperSport United uGavin Hunt, usephumele obala ngesifiso sakhe esinqala sokuphonsela ompetha be-DStv Premiership, iMamelodi Sundowns, inselelo ngesizini ezayo. UHunt uveze lesi sifiso sakhe ngesikhathi ephawula ngomdlalo abawudlale neKai
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
UDu Preez Akenele NgeChiefs Ufuna Okuningi
AKENELE ngokuba ngumgadli weKaizer Chiefs, u-Ashley du Preez, uzimisele ngokuthuthuka. UDu Preez, ungomunye wabasolwa ngokushaya into ephansi ekubeni ufike ethenjiwe. Okwenza uDu Preez (27), wafika kwiChiefs ethenjiwe wukuthi ubevutha engabaselwe kwi
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Uyazigqaja Ngegalelo Lezenhlanzeko Ezikoleni
YIZE i-Unilever SA idume ngemikhiqizo ehlukene etholakala amakhaya amaningi kodwa umsebenzi wayo awugcini lapho. UNkk Queen Mgobhozi oyiPurpose Strategist e-Unilever SA, uthi ziningi izinhlelo abanazo zokuthuthukisa umphakathi. Njengengxenye yomsebe
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
URamaphosa Uphinde Wasebenzisa Igama Leziphukuphuku
UMENGAMELI we-ANC uMnuz Cyril Ramaphosa, uphinde wasebenzisa igama elithi “iziphukuphuku’’ echaza abantu abangenawo amakhono okwenza imisebenzi abasuke benikwe wona. URamaphosa ubekhuluma namalungu e-ANC ePlayhouse, eThekwini izolo. Isigungu sokuse
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
UMosimane Namathuba Abadlali BaseMzansi ESaudi Arabia
UMQEQESHI waseNingizimu Afrika, ocija iqembu laseSaudi Arabia, uPitso "Jingles" Mosimane, uthi abadlali baseMzansi kumele bakucabange ukuyodlala kuleliya lizwe elisentshonalanga ye-Asia. UMosimane uthi bangahola itshe lemali futhi baphile kahle ngish
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Bembuleke Izinqe AbeSafa Ngokubhacaza KwaMajimbos
UKWEHLULEKA kweqembu lesizwe lika-Under 17, ukuzibekisela indawo kowendebe yoMhlaba ka-2023 Fifa U-17, kusidweba sagqama isithombe sokuthi kuse kude phambili ngebhola laseNingizimu Afrika. Lo mqhudelwano webhola uzoqala kusukela ngoNovemba 10, uson
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
I-Salga Ifuna Isibonelelo Somasipala Ngokucishwa Kukagesi
I-SOUTH African Local Government Association (Salga) KwaZulu- Natal, iphakamisa ukuthi uhulumeni azame imali yokubonelela omasipala ngoba bashayeka kakhulu ngokucishwa kukagesi. USihlalo weSalga KwaZulu-Natal, uMnuz Thamsanqa Ntuli, udalule isiphaka
…Or Discover Something New